Ngesayensi

Igama lesayensi le-Umthunduluka ngu-Ximenia caffra (var. natalensis), elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"sourplum". Lesihlahlana singowomndeni wezitshalo i-Olacaceae, singakhula sifinyelele ku-6m ubude, sinegxolo elimpunga-nsundu kuya kokumnyama eliqhekezekile, namagatsha anameva. Sitholakala kabanzi eNingizimu Afrika.

Umuthunduluka umuthi explained

Umthunduluka umuthi oqeda izinso ezibuhlungu uyahlanganiswa nomhlakuva, uma unenkinga yezinso. Izinso ziyinkinga futhi ziyabulala uma kubuhlungu izinso kumele uzisukumele. Umthunduluka uyelapha umzimba omubi, uma unenkinga yokuphefoma ekamelweni uyasiza kakhulu futhi lomuthi. Izimpande zomthunduluka ziyangena emithini eminingi. Umuthi wokukhipha idliso uyangena futhi lomuthi emithini yokukhipha idliso

Ukuphupha umthunduluka umuthi

Amaphupho ngomuthi umthunduluka, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi umthunduluka? Ukuphupha umuthi umthunduluka ngabe kuchazani? Kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

?
 



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp